UkuQopha kwezezibhangqiwe

umsindo noma umbukiso omelelwa indululo yamanani alubandlu

Ekuqopheni kwezezibhangqiwe, isiyabizo senzwakalo noma sombukiso siguqulwa sibe indululo yamanani alubandlu amelela ushintsho olwenzeka emva kwesikhathi emfuthweni womoya enzwakalweni, noma embaleni wokukhanya osembukisweni. Lendululo yenani iyagcinwa esiqoqongeni. Ukuze kudlalwe isiqoshwa sezezibhangqiwe, amanani ayavumbululwa futhi aphinde aguqulelwe esimweni sawo sakuqala somsindo noma umbukiso wenzuko okuze azwakale noma abukwe.

Imigangatho yomsindo iboniswa kusiqophamsindo sezezibhangqiwe ( Zoom H4n )