Ukubaluleka ngokuhlela


Ukuhlela kubalulekile kubantu besifazane ,ngoba basuke bazivikela ukuthi bangakhulelwa.I-Ningizimu Afrika inezinga eliphezulu lentsha ekhulelwayo.Kuleskhathi samanje abantu besifazane bahlela ngezindlela eziningi,kukhona abasebenzisa amaphilisi okuhlela ,imijovo kanye ne-implantantion[1]. Abazali bayahlukumezeka kakhulu ngokumitha kwentsha yamanje ngoba yonke into ibheka bona, mele basale nezingane uma omama bazo beya esikoleni .Kubalulekile ukuthi baqhubeke nesikole, akusho ukuthi uma sebenenzingane impilo kumele bengaqhubekeli phambili nekusasa labo.Ucwaningo lubonisa ukuthi omama abaningi asasebancane bavela emakhayen iabhidlikile.

IMIPHUMELA YOKUHLELA

hlela

Intsha yamanje iyakwazi ukuthi kumele baye emtholampilo bayohlela .Lokhu kunciphise izingana lokukhulelwa kwabantu besifazane besasebancane.Emtholampilo yamanje mawuqeda ukubeletha omhlengikazi bayaqinisekisa ukuba wazi kabanzi ngokuhlela ukuze ungazitholi usubuya futhi uzobeletha omunye umntwana.Ezikolweni abafundi bayafundiswa nabo ngokubaluleka ngokuhlela ,bathola kabanzi kakhulu kwesinye isifundo okuthiwa yi- Life Orientation. Intsha yamanje igxile kakhulu ngokufeza amaphupho abo ukuze babe yinto ethile empilweni.

IZIMKOMBA

hlela
  1. When Does Implantation Occur? Symptoms, What to Expect