Ukucikiza ngohoyana

Ubuchwepheshe obusebenzisa ukuguxazela kohoyana

IsiCikizi sohoyana yisicikizi esisebenzisa isimongotho sokuguxazela kohoyana. Emilinganisweni yalo emincane, uluTho olungokoqobo luziveza zombili izakhi zezinhlayiyana nezamaza, futhi ukucikiza ngohoyana kuyasizakala ngalokhu kucondoza ngosizo lwezigcoboyi ezikhethekile. Umchazandalo wakudala awukwazi ukuchaza ukugidinga kwalezi ziklamo zohoyana, futhi isiCikizi sohoyana esisheshayo singaqhogoya ezinye iziqaqululo ngokushesha kakhulu kunanoma yisiphi isiCikizi sanamuhla "esivamile". Ngokukhethekile, isiCikizi sohoyana esikhulu singaphazamisa amacebo wonyandla asetshenziswa kabanzi futhi silekelele abachazindalo ekuqhogoyeni imifefwnyeko yoqobo; kodwana, ubunjalo bamanje bobuciko ngokuyinhloko busahlolwa futhi abusebenzi, bunezingqinamba eziningana zokusetshenziswa okuwusizo.

Isicikizi sohoyana esibizwa Quantum System One, sakwa-IBM kusukela ngowezi-2019 esinezihoyizana ezidlulisayo ezingama-20