Ukuhlala ngentombi

Ukuhlala ngentombi kuchaza ukuziphatha kahle komuntu wesifazane,aziqoqe azithibe angahambi eba uvanzi ezifaka ezintweni ezenziwa ngabantu besifazane abangahlalanga ngentombi.abantu besifazane abaziphethe kahle babiziwa ngezimbali zesizwe uma abantu besifazane bendawo bengaziphethe kahle , leyondawo ithathwa njendawo ebolile noma eyonakele.[1]

Umgido wezintombi

hlela

Akukalekile ukuthi kumele ube neminyaka emingakanani ,ungahlala uze ube neminyaka eminingi futhi ungaze udlule emhlabeni uhleli ngentombi. abanye bayakuthokozela ngoba kuyabungazwa kugqokwe umfaniswano wezimpahla zamasiko , kusinwe kubemnandi, kufike izikhulu nabantu abafisa ukukhetha amatshitshi ,kufike kanye nomphakathi. lapho izintombi zisuke zingafake lutho ngaphezulu ziqimbile kubonakale amabele kube kuhle[2].

Ireferensi

hlela
  1. https://www.mnelisi.com/izisho%20noma%20izaga/ukuhlala%20ngentombi.php#google_vignette
  2. https://www.mnelisi.com/izisho%20noma%20izaga/ukuhlala%20ngentombi.php