Ukuhlukunyezwa kwabantu besifazane

Sesiphila ezweni eligcwele inkohlakalo lapho abantu sebaphenduka izilwane abasakwazi ukuphilisana nabanye abantu. Ngezikhathi zasemandulo babehlonishwa kakhulu abantu besifazane. Babetotoswa kakhulu kodwa kwa ngokuya kwashintsha lokho,sebehlale bethukile. Bangaphezu kwamakhulu amane abesifazane abalahleka iviki ne viki bengaziwa ukuthi bashonephi. Amaphoyisa aseNingizimu Afrika asebenza umsebenzi oncomekayo ngokuqinisekisa ukuthi ziytholakala lezigilamkhuba.[1]

Ukuhlukunyezwa ngokushawa

Uphenyo ngokuhlukunyezwa kwabesifazane

hlela

Uphenyo luveza ukuthi eminyakeni emibili eyedlule iningi labantu besifazane libulawa ngesihluku ngabantu besilisa. Ukukhishwa ezangaphakathi, ukuhlukunyezwanngokocansi kanye nokuhlukunyezwa ngokomzimba kungenye yezingqinamba esibhekana nazo eNingizimu Afrika. Ucwaningo luveza kuthi izingane nazo ziyahlukumezeka ngandlela thize. Umnyango wezokuphepha kanye nobulungiswa uqinisekisa isizwe ukuthi otholakale ehlukumeza owesifazane uzobhekana nengalo yomthetho.[2]

Izinkomba

hlela

[Category:Ningizimu Afrika]] [[Category:Umnyango wezokuphepha nobulungiswa

  1. https://researchspace.ukzn.ac.za/items/b241bb6d-4d6e-43e0-9438-fcd55cb481cf
  2. https://www.isolezwe.co.za/imibono/ngihlaba-ukuhlukunyezwa-kwabesifazane-31383066