Ukupheka ubhotshisi
ukupheka ubhotshisi kuyinto engelula kakhulu ngoba kunemigomo okumele uyilandele Uma ufuna ukupheka ubhotshisi onambitheka Kahle futhi novuthwe Kahle .Uma upheka ubhotshisi kufanele ube nazo zonke izithako okumele uzisebenzise ukuze ukwazi ukupheka ubhotshisi omnandi, kufanele ube nazo zonke izinto ozozidinga okungaba izithako zakho , kulezo zithako kungabalwa amanzi amaningi,u- anyanisi,ophepha ,usawoti noma igaqana le knorox amafutha okuthosa Kanye ne sobho lokushubisa Mase uwubilisile .
Indlela yokwenza .
Okokqala nje uzodinga ubhotshisi osukhethiwe Kahle wafakwa emanzini wagezwa. Kahle, okwesibili uzodinga ibhodwe eligeziwe Kahle , libeke empilweni noma esitofini Sakho uthele amanzi amaningi bese ke ufaka ubhotshisi wakho ufake ushukela bese uvala ibhodwe kuze uqale ukubila Kahle .
Emva kwalapho uzolokhu uwubheka ukuthi ubila ngendlel efanele yini bese ke Mase amanzi abile aze ABA bomvu wukhiphe uchithe lawo manzi uthele amanye amasha futhi uwubuyisele khona ezikho ubike futhi usungaqala ke ukuqob izithako zakho okungu anyanisi,ophepha, Kanye nezaqathe Uma unazo Uma usuwubona ukuthi usuvuthwe Kahle qala ke uwukhiphele endishini uthathe ibhodwe lakho ulibuyisele khona futhi ezikho bese ke uthela amafutha akho angangeziphuni zokua ezinhlanu -5 kuyaphezulu emva kwalokho ke Mase uwezwa esenukela lokho kusho ukuthi seshisa kakhulu ke thatha izithako zakho ezibalwe ngenhla uzifake emafutheni ugoqoze ngesipuni Sakho opheka ngaso ufake usawoti,o curry powder [1]noma I knorrox emva kwalokho thela amanzi amancane alingana no hhafu wenkomishi bese uvala ibhodwe kubile ke emva kwemizuzwana kuyobe sekuhlangene Kahle konke kezithako ozifakile Kanye nobhotshisi bese uvula ibhodwe lakho thatha isitsha esihlanzekile uthele isobho lakho bese. Uthela namanzi angekho maningi kakhulu ukuze ubhotshisi wakho ungabi Manzi kakhulu bese ke uthela ebhodweni uhlanganise ngesipuni Sakho sokupheka. Bese ke uyavala kubile u 6 minutes bese ke uyawukhipha lapho usuke usukulungele ukudliwa nanoma yikuphi okulungisele ukuwudla Nakho .sungaphaka ke ujeqe wakho noma uphuthu lwakho uhlale phansi uzibusise ke .[2]
Icashunwe
hlela[3] [Category: Amalungiselelo] [Category: ukupheka] [Category: ulandela imgomo yokupheka] [Category: ubhotshisi omnandi]
- ↑ https://campbrighton.com/how-to-cook-dried-beans-fast/
- ↑ https://campbrighton.com/hoans-fast/
- ↑ https://campbrighton.com/how-to-cook-dried-beans-fast/