Ukuvamisa kwamaZwe kwencaziso yoMchazamibhalo

Ukuvamisa kwamaZwe kwencaziso yoMchazamibhalo yiqoqo lemithetho ekhiqizwa yiNqokothela yamaZwe yeziNhlangano neziKhungo zoMtapowolwazi (IFLA) ukuze idale incaziso yomchazamibhalo ngohlobo oluzovama, lufundeke kumuntu, ikakhulukazi ukuze isetshenziswe kumchazamibhalo noma kujengamazwi lomtapolwazi.