Ukwakhiwa kwama Boarding School esifundazweni sase Mpumalanga
UHulumeni ubambe iqhaza elikhulu ekuthuthukiseni isifundazwe sase Mpumalanga ngokubambisane nabezoMnyango Wezemfundo ekutheni kwakhiwe ama boarding school endaweni yasemakhaya. Kuze kube yimanje esifundazweni sase Mpumalanga sithola ama boarding school amahlanu, i-Shongwe, Izimbali, Ezakheni, Emakhazeni kanye ne Steve Tshwete.[1]
Imbangela yokwakhiwa kwalezi zikole.
hlelaLezi zikole ziyingxenye yemizamo kaHulumeni yokuqinisekisa imfundo esezingeni eliphezulu kubafundi abavela ezindaweni zasemakhaya kanye nalabo abaphuma emakhaya ampofu. Kulezi zikole uthola imfundo yamahhala kanti futhi bayaqinisekisa ukuthi uthola ukudla kwamahhala indawo yokufihla ikhanda kanye nomfanekiswano wesikole.[2]Ukutholakala kwalezi zikole i-Izimbali itholakala endaweni yase Amsterdam lapho sithola umphakathi wabalimi oseduze nomngcele waseSwazini. Cishe i-133 yama khilometha kude ne Bucolic Wakkestroom kukhona enye yama boarding school i-Ezakheni.i-Shongwe yona itholakala endaweni yase Driekopies ngaphansi kwamasipala wase Nkomazi.i-Steve Tshwete yona iyi-boarding school yesihlanu eyavulwa esifundazweni saseMpumalanga itholakala esigodini sase Somaphepha ngaphansi komasipala wase Tshwete.Siphinde sithole eyokugcina i-Emakhazeni lesisikole sitholakala ngaphansi kwamasipala waseMakhazeni.[3]
IZINKOMBA
hlela- ↑ https://www.vukuzenzele.gov.za/mpumalanga-gets-new-boarding-school
- ↑ https://www.gov.za/speeches/department-handover-state-art-steve-tshwete-boarding-school-21-jul-2016-0000#:~:text=So%20far%20the%20province%20has,their%20laundry%20is%20catered%20for.
- ↑ https://www.gov.za/news/media-advisories/government-activities/mpumalanga