Umashayabhuqe isifo esibulala abantu abaningi emhlabeni sibabulala ngendlela engajwayelekile abantu bashona ubuthaphuthaphu lesi isandulela ngculaza .isandulela ngculaza sithelelana ngokuthi ulale nomuntu onaso ningasebenzisi isivikelo socansi[1]

ukuhlukana kwe HIV ne AIDS

hlela

I-HIV ne-AIDS[2] kwehlukene kodwa kuxhumene. I-HIV igciwane elingangena emizimbeni yethu futhi liqale ukusigulisa isikhathi eside. I-AIDS iyiqoqo lezimpawu nezifo ezikhula esigabeni sokugcina sokutheleleka nge-HIV.

UNGAZIVIKELA KANJANI

hlela

Ungakumisa kanjani ukudluliselwa kwe-HIV? Uma wenza ucansi:

sebenzisa amakhondomu abesilisa (angaphandle) noma abesifazane (angaphakathi).

thatha i-PrEP ngaphambi kokuthi utholakale ku-HIV

thatha i-PEP ngemva kokuba usuchayeke ku-HIV

izinkomba

hlela
  1. chrome-extension://efaidnbmnnnibpcajpcglclefindmkaj/http://childrencount.uct.ac.za/uploads/radio/AbaqophiHIV1.pdf
  2. https://www.beintheknow.org/hiv-and-stis/understanding-hiv-and-aids/what-are-hiv-and-aids?gad_source=1&gclid=EAIaIQobChMImdqalvWUiAMV_olQBh0bETVWEAAYASAAEgKW2vD_BwE