Umchazamhlaba yisigaba solwazi oluphathelene nomhlaba esihlala kuwo nokuqonda izehlakalo zawo, umumo wawo, ukubonakala kwawo nokunye okungokwemvelo yomhlaba. NgesiNgisi kuthiwa yi-"Geography". NgokoMchazamhlaba sibona "ukuhlukaniswa komhlaba" okuyizitho zomhlaba ezahlukahlukene. Lapho singabala khona ulwandle, umhlaba, izwekazi, umkhuluzwekazi ("super-continent"), izwe, isiqhingi ("island"), nokunye.

Izinhlobo zoMhlabasiqu

hlela

Izinhlobo zomhlabasiqu ziyizinhlobo zezinto ezenziwa wumhlaba, njengamagquma, izintaba, izigodi, njalonjalo. Nanti ezinye izibonelo ngezansi:

amaKhwanguqele ("aeolian islands")

amaThungulu ("coasts")

iMvuthuluka ("erosion")

iGudlumfula ("fluvial erosion")

amaGadlazwana ("impact landforms")

imiGede ("karsts")

amaShezi ("sedimentary rock formations")

iziNtaba

iziThambeka ("slopes")

amaZabazaba ("tectonic plates")

iziNtshaba/iziNtabamlilo ("volcanoes")

uKhazenza ("cryogenic weathering")

uZulenza ("weathering")