Umdayiso wezezibhangqiwe

Umdayiso wezezibhangqiwe uyisigcoyi somdayiso osebenzisa uxhakaxholo nezobuchwepheshe bezezibhangqiwe zoxhakaxholo ezifana neziCikizi zesinabalala, omakhalekhukhwini, nezinye izinsizakuxhumana zezezibhangqiwe kanye nezinkundla zokuqhakambisa imikhiqizo nezinkonzo.

Imalingeniso yokukhangisa njengephesenti leGDP yaseMelika ibonisa ukwanda kokukhangisa kwezezibhangqiwe kusukela ngo-1995 ngokulahlekelwa kwezinsizakuxhumana ezinyatyelisiwe.