Umkhiqizo (womhwebo)

Kwezomdayiso, umkhiqizo uyinto, noma isimiso, noma inkonzo etholakalayo ukuze isetshenziswe abathengi njengoba kunengqekelelo yabathengi; uyinoma yini enikezwa indayi ukuze kwaneliswe inkanuko noma isidingo sekhasimende.[1] Ekuthengiseni, imikhiqizo ivame ukubizwa ngokuthi izimpahla, futhi kwezokukhiqiza, imikhiqizo ithengwa njengezithako eziyisiseko bese ithengiswa njengezingudla eziqediwe. inkonzo nayo ibhekwa futhi njengohlobo lomkhiqizo.

  1. Kotler, P., Armstrong, G., Brown, L., and Adam, S. (2006) Marketing, 7th Ed. Pearson Education Australia/Prentice Hall.
Imikhiqizo esemathaleni esitolo esikhulu saseFred Meyer