Umkhumbingwenya ungumkhumbi okwazi ukugidimga ngaphansi kwamanzi. Leli gama libhekisela kuzo zonke iziqutshwa ezithwala abantu nezikwazi ukutshuza ngaphansi kwamanzi.