Umsindo singawuchaza njengokuphazamiseka kokuthula okudalwa yinto thizeni noma ozwakala ngento thizeni. Umsindo ligama elichaza okuzwakalayo uma ama-waves omsindo ekhishwa nge-medium thizeni, eqonde endlebeni. Yonke imisindo idalwa ukuzamazama kwama-molecules lawa umsindo ohamba ngawo.