Uhleloxhumano lwamakhukhu
uxhoxho lokuxhumana
(Redirected from Uxhoxho lwamakhukhu)
Uhleloxhumano lwamakhukhu liwuhleloxhumano lwezokuxhumanade lapho isixhumanisi esiya emaqhuzwini nesibuya kuwo singenayo intambo futhi uhleloxhumano lwabiwa ezindaweni ezibizwa amakhukhu, ngalunye olunombhoshongo owodwa oyisamukeza esigxile kuleyo ndawo. Lezi ziphumulo ezigxilile zihlinzeka ukhukhu ngoxhoxho lokuxhumana olusetshenziselwa ukufufukisa izwi, imininingo, nezinye izinhlobo zesiqikili. Ukhukhu ngokuvamile lusebenzisa iqoqo lemijinge ehlukile kuleyo yamakhukhu angomakhelwane, ukuze kugwemeke impazamiseko futhi kuhlinzekwe abasebenzisi ngenkonzo yezingabunjalo enhle ekhukhwini ngalinye.[1]
Imithombo
hlela- ↑ Guowang Miao; Jens Zander; Ki Won Sung; Ben Slimane (2016). Fundamentals of Mobile Data Networks. Cambridge University Press. ISBN 978-1107143210.