Xoliswa Mtose wazalelwa e-Eastern Cape, eNingizimu Afrika. UXoliswa Mtose ufunde wagogoda futhi useze wafunda wafika eqophelweni eliphezulu kwezemfundo. Lokho kufakazelwa isikhundla asekuso manje. Umama ungumuntu wesifazane futhi ungusolwazi ophethe esikhungweni seMfundo ephakeme esaziwa ngeNyuvesi YakwaZulu eNyakatho yakwaZulu kude beduze nendawo lapho kukhonjwa khona ithuna leNdlovukazi uNandi kaBhebhe Mhlongo, owayezala Inkosi uShaka Zulu KaSenzangakhona kaNdaba. [1]

  1. https://www.igi-global.com/chapter/tacit-cultural-knowledge/291196
Umphathi Wesikhungo Semfundo ephakeme, iNyuvesi YakwaZulu, enyakatho yeKwaZulu Natalkude beduze necweba laseRichards Bay.