UZola Sidney Themba Skweyiya (nge-14 ka-Epreli ngo-1942 ukuya nge-11 ka-Epreli ngo-2018) wayepolitiki yoMzantsi Afrika owayengu-Mphathiswa Wezabasebenzi bakaRhulumente noLawulo ukusukela ngo-1994 ukuya ku-1999 kunye noMphathiswa woPhuculo loLuntu ukusukela ngo-1999 ukuya ku-2009.

uZola Skweyiyia waye omunye odume kakhulu kanye futhi waye edlala indima enkhulu kuANC kanye engumnyango wezendaba futhi waye wayehlela komthethosiseko nokuxoxisana maqondana . Ukudlula emhlabeni kwalowo owayenguNgqongqoshe Wezokuthuthukiswa Komphakathi, uDkt Zola Skweyiya, ezinsukwini ezintathu ngaphambi kosuku lokuzalwa kwakhe ngomhlaka 11 Ephreli, kuliphange izwe elinye lamadodana akhe ahlonishwayo.Umlweli wenkululeko owafezekiswa njengeqhawe lomzabalazo wenkululeko ushiye ifa elinothile lokuzinikela ekunikeleni imisebenzi yocmphakathi nokwakha umphakathi onakekelayo nempilo engcono yabampofu.UDkt Skweyiya ubhekwe kakhulu ngeqhaza lakhe njengenhloko yoMnyango Wezindaba Zomthetho kanye nezomthethosisekelo we-ANC, obeseqakathekile ekubhaleni uMthethosisekelo kanye nezingxoxo ngokubhekela iNingizimu Afrika enkululekile neyentando yeningi.Ubuye wenza umfutho wakhe ekushintsheni kwezisebenzi zomphakathi zobandlululo zaba umsebenzi omusha womphakathi waseNingizimu Afrika okhululekile wentando yeningi, njengoNgqongqoshe Wezemisebenzi Kahulumeni Nezokuphatha.kanzima UDkt Skweyiya waqinisekisa ukuthokozwa kwaleli lungelo lomthethosisekelo ngezigidi zabantu baseNingizimu Afrika, ikakhulukazi izintandane nezingane ezisengozini. Ukuba khona kwezigidi eziyi-17 zabantu abathola izibonelelo zikahulumeni kuze kube manje kungenxa yokusebenza kanzima kukaSkweyiya obesebenza ngokungakhathali futhi waqinisekisa isisekelo esiqinile. Uhambe lonke izwe, ehlela imihlangano emikhulu yomphakathi, ebhalisela abantu izimpesheni, imali yesibonelelo sezingane, imali yokunakekela izingane, isibonelelo sokukhubazeka, isibonelelo sokusiza kanye nokukhululeka komphakathi kosizi, olwalwaziwa ngokuthi amaphasela okudla.Isibonelelo Sokuxhaswa Kwezingane (CSG) iyifa lakhe eliyinhloko. Ubevame ukukhumbuza abaphathi bakhe ukuthi ayikho ingane okufanele ilale ilambile, futhi kwenziwa imikhankaso eminingi yokwenyusa ukuthathwa kwe-CSG. Kuze kube manje, abayizigidi eziyi-11 kwezigidi eziyi-17 zabantu abathola izibonelelo zikahulumeni abathola i-CSG.For Dr Skweyiya. KuDkt Skweyiya, ukwakha umphakathi onakekelayo futhi nokwenza iNingizimu Afrika indawo engcono yokuhlala abantu abampofu futhi ababencishwe amathuba kwakungeyona nje isiqubulo. Wayephila le mantra futhi nsuku zonke zokusebenza wayefuna izindlela zokwenza ngcono izimpilo zalabo abanenhlanhla encane.[1]

Izikhomba hlela

  1. https://www.dailymaverick.co.za/opinionista/2018-04-20-dr-zola-skweyiya-1942-2018-architect-of-south-africas-social-security-system/