ITheku
- lelikhasi limayelana nedolobha, uma ufuna elimayelana nomasipala bheka la eThekwini.
iTheku (isiNgisi: Durban) yidolobha eliKwaZulu-Natali ngaphansi komkhandlu we-Theku (eThekwini Municipality). Idololobha laseThekwini yilona elikhulu futhi elinabantu abaningi okudlula wonke amadolobha asesifundazweni saKwaZulu-Natal. Ichweba laseThekwini lidume ngokuba eliphithizela kunawo wonke ezwenikazi lase-Afrika, okwenza libaluleke kakhulu emnothweni wezwe laseNingizimu Afrika.
ITheku | |
---|---|
eThekwini | |
Izixhumanisi: 29°53′S 31°03′E / 29.883°S 31.05°E | |
Izwe | IRiphabliki waseNingizimu Afrika |
Isifunda | KwaZulu-Natal |
Metropolitan municipality | eThekwini |
Established | 1880[1] |
Ubukhulu[2] | |
• Jikelele | 225.91 km2 (87.22 sq mi) |
Inani labantu (2011)[2] | |
• Jikelele | 595,061 |
• Iqulu | 2,600/km2 (6,800/sq mi) |
First languages (2011)[2] | |
• isiNgisi | 49.8% |
• isiZulu | 33.1% |
• isiXhosa | 5.9% |
• isiBhunu | 3.6% |
• other | 7.6% |
Postal code | 4001 |
Area code | 031 |
Isizindalwazi | www.durban.gov.za |
Abantu abangahlali eduze nolwandle bavame ukuvakashela ulwandle khona lapha eThekwini, futhi iTheku libukwa njengendawo yokuziphumulela.
ImisakazoEdit
Ezemidlalo kanye nezinkundlaEdit
UmboxoEdit
ITheku liyikhaya leqembu lomboxo elaziwa ngama-Sharks enenkundla yayo yasekhaya eyaziwa nge-Kings Park Stadium ekwazi ukumumatha abantu abayizi-56 000.
IkhilikithiEdit
ITheku liyikhaya leqembu lekhilikithi elaziwa nge-Natal Cricket Team kodwa laziwa nge-Dolpins uma lidlala. Ikhilikithi eThwenini idlalelwa enkudleni eyaziwa ngegama elthi- Kingsmead cricket ground okuyinkundla yokudlalela ikhiilikthi kuphela. Ngonyaka we-2003 imidlalo yekhilikithi yomhlaba yabanjelwa eThekwini.
EThekwini kunemaqembu ebhola amabili aseke adlalela kwiPremier Soccere League (PSL) okubalwa kuwo AmaZulu F.C. kanye Golden Arrows. AmaZulu adlalela imidlalo yasekhaya enkundleni yase-Moses Mabhida esenkabeni edolobha. IGolden Arrows idlalela imidlalo yayo yasekhaya enkundleni yaseKing Zwelithini eselokishini laseMlazi, ngesinye iskhtahi babuye badlalele enkundleni yase-Moses Mabhida okanye enkundleni yaseChatsworth.
Ngenkathi kubanjwelwe Indebe yoMhlaba yeFIFA ngonyaka we-2010 iTheku nalo labe kungelinye lamdolobha abe esingethe lemidlalo enkundleni yase-Moses Mabhida.
Izikhungo zemfundoEdit
Izikole zikahulumeniEdit
- Bechet High School
- Bhekokuhle Primary School
- Dassenhoek Primary School
- Delani Primary School
- Durban Academy High School
- Durban Girls' High School (DGHS)
- Durban High School (DHS)
- Isizinda Secondary School
- Folweni High School
- Ntwenhle High School
- Siphephele High School
- Kloof High School
- KwaSanti Secondary School
- Margotfontein Secondary School
- Pinetown Boys' High School
- Pinetown Girls' High School
- Savannah Park Secondary School
- Thornwood Secondary School
- Westville Girls' High School
- Westville Boys' High School
Izikhungo zemfundo ephakemeEdit
- Elangeni TVET College
- Thekwini TVET College
- Coastal TVET College
- Inyuvesi yobuChwepheshe yaseThekwini (Durban University of Technology)
- Inyuvesi yoChwephese yaseMangosuthu (Mangosuthu University of Technology)
- Inyuvesi yaKwaZulu-Natali (University of KwaZulu Natal)
- Inyuvesi yaseNingizimu Afrika (University of South Africa)
Ubuhlobo namazwe angaphandleEdit
AmaweleEdit
ITheku liyiwele nalamadolobha:[3]
|
|
ImithomboEdit
- ↑ "Chronological order of town establishment in South Africa based on Floyd (1960:20-26)" (PDF). pp. xlv–lii.
- ↑ 2.0 2.1 2.2 Census 2011
- ↑ "Sister Cities Home Page". Archived from the original on 2011-08-10. Kulandwe ngomhlaka 2012-04-20. eThekwini Online: The Official Site of the City of Durban
- ↑ "Sister Cities of Guangzhou". Guangzhou Foreign Affairs Office. Archived from the original on 20 October 2011. Kulandwe ngomhlaka 10 February 2010.