Ezobulili, noma izifundo zobulili, zisesigabeni solwazi lohlobo lofundondalo umchazabuntu. Ezobulili zigxilela obulilini babantu nezindlela obuhlukana ngazo ngawo wonke umuntu emunye. Ezinkathini zasemandulo, namanje futhi, kwakucatshangwa ukuthi kukhona izinhlobo ezimbili kuphela vo zobulili, kepha manje siyazi ukuthi izinhlobo zobulili ziningi zingangezinkanyezi zomkhathi. Izifundo zobulili zifundisa ukuthi izitho zomzimba azisho neze ukuthi ubulili bomuntu buyini ngokuphelele. Izitho zomzimba nazo kungaba nokuyingqayizivele kuwo wonke umuntu, futhi ubulili nabo bunemizwa yangaphakathi engahambisani nokucatshangelwe ngezitho ezithile.

Umfanekiso ochaza izincezu zobulili, ucansi, uqobo, nokuzethula