uGiven Mkhari ungusomabhizinisi waseNingizimu Afrika kanye nesikhulu sokusakaza nokuchumana.[1]

Umlando

hlela

UMkhari ungowokudabuka eBurgersfort, ngaphandle kwaseTzaneen. Ufunde eNyuvesi yaseLimpopo. Uyisikhulu esiphezulu se-MSG Afrika, inkampani yabezindaba ephethe izinkampani eziningi zokusakaza nezokuzijabulisa okubalwa kuzo iPower FM, Quizzical Pictures Capricorn FM nezinye. UMkhari uke wabhekana nengwadla ngemuva kokuthi uMongameli Cyril Ramaphosa ehoxise isimemo sakhe senkulumompikiswano kaSihlalo ebiholwa nguMkhari ngenxa yezinsolo zokuthi uhlukumeza unkosikazi wakhe.[2][3]

Izinkomba

hlela
  1. https://www.sowetanlive.co.za/news/2007-09-17-from-a-rural-background-given-mkhari-has-led-msg-afrika-to-a-success-story/
  2. https://mg.co.za/news/2020-12-11-rhythm-fm-is-r52-million-of-dead-air/
  3. "Archive copy". Archived from the original on 2022-05-08. Kulandwe ngomhlaka 2022-05-10.CS1 maint: Archived copy as title (link)