ILimpopo
isifundazwe saseNingizimu Afrika
ILimpopo yisifundazwe saseNingizimu Afrika. Igama lalesifundazwe yigama lesiNdebele, lithathelwa egameni lomfula omkhulu ohlukanisa izwe leNingizimu Afrika ne Zimbabwe.
ibheji lesifundazwe | |
Indawo yesifundazwe eNingizimu Afrika | |
Izwe | |
Isiqubulo | "Peace, Unity and Prosperity" |
Idolobha elikhulu | Polokwane |
Ubukhulu bendawo | 125.754 km² |
Inani labantu (ngo-2011) | 5 404 868[1] |
Inani labantu (ngo-2019) | 5 982 584 |
Izilimi[1] | |
Izinhlanga[1] |
|
Isiqongo | Polokwane |
UNdunankulu |
Stanley Mathabatha (ANC) |
Iwebhusayithi | www.limpopo.gov.za |
Lesifundazwe sasungulwa ngonyaka ka-1994.
Amaphethelo
hlelaENingizimu Afrika lesifundazwe sinamaphethelo nalezifundazwe;
- EGoli (eningizimu)
- IMpumalanga (eningizimu mpumalanga)
- INyakatho-Ntshonalanga (eningizimu ntshonalanga)
Siphinde sibe namaphethelo nalamazwe;
- IButswana (enyakatho ntshonalanga)
- IZimbabwe (enyakatho)
- iMozambique (enyakatho mpumalanga)
Izilimi
hlelaIzilimi ezikhulunywa kakhulu kulesifundazwe isiPedi, isiTsonga kanye nesiVenda.
Imithombo
hlela- ↑ 1.0 1.1 1.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.
Izifundazwe zaseNingizimu Afrika | |
---|---|
iFleyistata • iGauteng • Nyakatho Kapa • Ntshonalanga Kapa KwaZulu-Natal • Mpumalanga Kapa • Limpopo • Mpumalanga • Nyakatho-Ntshonalanga |