IBhululu
IBhululu, elaziwa nangokuthi umbokwane omabhadu-bhadu, liwuhlobo lwezinhlanzi zasolwandle emndenini wombokwane .
IBhululu | |
---|---|
Ingqwangqwa | |
uBuzwe: | Isilwane |
uMhibatho: | iNcekwa |
iSigaba: | Izichiyosaku |
uHlelo: | Izinkazule |
uMndeni: | Imibokwane |
uZalo: | Izingaqasi |
uMqhinkqo: | IBhululu
|
Igama | |
IBhululu Bloch & J. G. Schneider, 1801
|
Incazelo
hlelaIBhululu liwumbokwane omkhulu ongafinyelela kumamitha ama-3 ubude, kodwa izifanekiso esivame ukuhlangana nazo zincane kakhulu. [2] Umzimba walo osesimweni senyoka unombala osizinda omhlophe kuya kophuzi onamachashaza amaningi amnyama ahluka ngobungako nangokuma kuya ngomuntu kanye nendawo ezihlala kuyo izilwane. [3] Ngakho-ke, imibokwane ehlala phezu kolwandle olunamanzi acwebile izoba namachashaza amancane amnyama kunalawo adungekile. [4] Amagama ayo asukela kulesi sici sombala.
Ukusabala kanye nendawo yokuhlala
hlelaIBhululu liyisilwane esisabalele kuyo yonke indawo yolwandle oluchachambhile( yase-Indo-West Pacific) kusukela empumalanga yezwekazi iAfrika, okufakaphakathi noMtubakazi, kuze kufike ePapua New Guinea kuphinde kusuke eningizimu yeNihono (eJapan) kuyavala kuMzakathambho omkhulukazi. [5] [6]
Lihlala kugange lwoMzikathambho. Emini, lihlezi lucashe emfantwini ngaphansi kwemitha eli-1 kuya kwangama-45 ukujula (3.3 no-148.5 wamafithi).
UMchazampilo
hlelaIBhululu liyisidlanyama. Lishiya umbhudu walo ebusuku ukozingela izinyamazane ngakuMzakathambho. Isikhathi esiningi luthanda izinhlanzi ezincane kanye indawo yayo ebusuku ukuze iyozingela inyamazane yayo eduze kolwandle. Idla kakhulu izinhlanzi ezincane kanye nezihleke . [7] Ezindala zijwayele ukuba izihhahhamela endle. [8]
Amaphatho
hlela- ↑ Smith, D.G.; McCosker, J.; Tighe, K. (2019). "Gymnothorax favagineus". IUCN Red List of Threatened Species. 2019: e.T195726A2408402.
- ↑ Lieske, E. and R. Myers, 1994.
- ↑ Kuiter, R.H., 1998.
- ↑ Kuiter, R.H. and T. Tonozuka, 2001.
- ↑ Fricke, R., 1999.
- ↑ Lieske, E. and R. Myers, 1994.
- ↑ Sommer, C., W. Schneider and J.-M. Poutiers, 1996.
- ↑ Lieske, E. and R. Myers, 1994.
Izixhumanisi zangaphandle
hlela- Marinespecies.org: Gymnothorax favagineus
- Izinhlanzi zase-Australia : Gymnothorax favagineus
- Froese, Rainer; Pauly, Daniel (eds.) (2006).
- Photos of