IChembe

amaChwe ahlukile enhlwa efanayo

AmaChembe ayimiqhinqa yendeni engafani yenhlwa efanayo. Anenani lobuchwe elifanayo (inani leziNelesi endeni) kanye nesikhundla esifanayo ecansini lezinhlwa (ingakho angawenhlwa yevanga efanayo), kodwana ayhluka ngenani lesisindo sendeni ngenxa yenani elihlukile leziNtunge endeni yazo. Nakuba wonke amachembe enhlwa ethile cishe anezakhi zevanga ezifanayo, anezisindo zobuchwe ezihlukile nezakhi zoqobo ezihlukile.

AmaChembe amathathu weHwanzi avela ngokwemvelo .