Intandelo yezinzwa

uxhoxho noma intandelo yezinzwa

Intandelo yenzwa igama elisho isibalo esiphelele sazo zonke izinzwa ezihlanganiswe amanombe (synapses) ukuze zigununde izinsebenzo eziqinile lapho ziqebheziswa. Izintandelo zezinzwa zixhumaxhumene enye kwenye futhi zakha amaxhoxho obuchopho amakhulukazi.

Umhlakahlo wenZwa enemixhantela

Amaxhoxho weziNzwa zemvelo afake ugqozi ekuklanyweni kwamaxhoxho ezinzwa-mbulu, kodwa lawo maxhoxho ezinzwa-mbulu imvama awazona izifaniselo eziphelele zamaxhoxho ezinzwa zemvelo.

Amagama asikiselwe oxhoxho lwezinzwa:

  • axon - uluzi
  • axon terminal - umdiyo woluzi
  • axon branches - amagatsha woluzi
  • synapse - inombe
  • myelin sheat - umshume
  • node of ranvier - isikhenkesi somshume
  • dendrite - ikleleba
  • nucleus - umongo