IsAcagu

inhlwa yevanga enophawu AC nenani lobuchwe elingama-89

Actinium_sample_(31481701837)

IsAcagu siyinhlwa yevanga enophawu - Ac nenani lobuchwe elingama-89. Yaqala ukuhlukaniswa nguFriedrich Oskar Giesel ngo-1902. Izinhlwa ezitholakala phakathi kwesAcagu nomLangalambi, eziyiqembu lezinhlwa eziyi-15 ecansini lezinhlwa zibizwa ngokuthi uchunge lwesAcagu. IsAcagu kanye nemPosumu, umSebembi, nomLahwe, zingezinye zezinhlwa zanguna eziyonzayo ezaqhingwa zodwa..