Nokutela Dube
UNokutela Dube (1873 - 25 kuMasingane 1917) wayengowesifazane wokuqala waseNingizimu Afrika ukuba asungule isikole. Wabuye waba ngumunye wabasunguli bephephandaba lesiZulu Ilanga laseNatali. Waphinda waba ngomunye wabasunguli besikole-Ohlange Institute kanye neqembu lezombusazwe i- South African Native National Congress wakwenza konke lokhu ngenkathi esashade nomyeni wakhe ulangalibalele Dube.
Nokutela Dube | |
---|---|
Ubezalwa |
Nokutela Mdima 1873 Inanda, Natal, Ningizimu Afrika |
Ubefa |
25 ngoMasingane 1917 EGoli, Ningizimu Afrika |
Cause of death | Isifo sezinzo |
Education | Inanda Seminary School |
Occupation | Umfundisi, umshumayeli, intatheli |
Spouse | John Langalibalele Dube |
Ohlange
hlelaNgemuva kokubuyela eNingizimu Afrika futhi bafundise esikoleni esidala sakwaDube eNanda bamisa i-Ohlange High School[1]. Lokhu bekungokokuqala ezweni ukusungulwa kothisha abamnyama. [3] Kwakungumyeni wakhe owanikezwa ithuba lokusebenzisa ipulazi elalithengiwe ngumzala wakhe, kepha kwakuyizixhumanisi zikaNokutela ezibuyela kuMary Edward, owayehola isikole sakhe sakudala, ezisize lo mbhangqwana wasungula ipulazi elaba yisikhungo sobufundisi. Nokutela Dube Nok