Nomhlangano Beauty Mkhize

UNomhlangano Beauty Mkhize wayeyisishoshovu saseNingizimu Afrika, usopolitiki, umphathi wezitolo nenkosikazi kaSawule Mkhize ongasekho.Wazalelwa eSophia Town futhi wasuswa ngenkani eMeadowlands eSoweto nokuyilapho ahlangana khona nomyeni wakhe. [1]

Iminyaka yokuqala hlela

UMkhize wakhulela ngesikhathi sobandlululo, lapho ayehlala khona eSophiatown, eGoli .

Umsebenzi hlela

Yena nomyeni wakhe bahola umzabalazo wokulwa nokususwa ngenkani eDriefontein.

Izinkomba hlela

  1. "Archive copy". Archived from the original on 2021-07-30. Kulandwe ngomhlaka 2021-07-30.CS1 maint: Archived copy as title (link)