uNtombazi kwakuyi Ndlovukazi yakwaNdwandwe unina kaZwide kaLanga. Wayedume ngokuthakatha, waye khanda imithi yokuqinisa amabutho kaZwide. iLawu lakhe lali hlotshiswe ngamakhanda ezitha zikaZwide Indodakazi yakhe kwakunguNtombazane

eKudumeni hlela

uNtombazi wadlalwa ngumlingisi osewadlula emhlabeni uDaphney Hlomuka kwiShaka Zulu eyayidlalakwi SABC