Solomon kaDinizulu
Solomon kaDinizulu (2 Masingana 1891- 4 ngoNdasa 1933) iNgonyama kaZulu wazalelwa eSentelina ngenkathi uyiseUdinizulu esekudingisweni. Waba yinkosi yoMbuso wakwaZulu kusukela ngonyaka wezi-1913 kuya kowezi-1933 ngonyaka akhothama ngawo. Udadewabo kaSolomon kwabe kuyiNkosazane uMagogo kaDinizulu okungumama kaMangosuthu Buthelezi.
Solomon kaDinizulu | |
---|---|
Isikhathi | 1913 – 1933 |
Ukubusa | 1913 |
Ukuzalwa | ngoMasingane 2, 1891 |
Indawo | Sentelina |
Abantwana |
1 including:
|
Royal House | Zulu |
Inkosi wamaZulu | ||
Emva kwa- : Dinizulu |
Isikhathi 1913–1933 |
Phambi kwa- : Cyprian Bhekuzulu |