AmaZulu
labantu Isamba | |
---|---|
10,659,309 (Ukubala kuka-2001)[1] | |
Izifunda ezinabantu abaningi | |
INingizimu Afrika | |
KwaZulu-Natal | 7.6 izigidi[1] |
IGauteng | 2.9 izigidi[1] |
Mpumalanga | 1.9 izigidi[1] |
IFleyistata | 4 izigidi[1] |
Izilimi | |
IsiZulu (abaningi bekhuluma IsiNgisi, IsiPutukezi, IsiBhunu, IsiXhosa) | |
Inkolo | |
ubuKristu, Izinkolo zendabuko | |
Ahlobene bezinhlanga | |
AmaNguni, AmaXhosa,AmaSwazi, AmaNdebele |
Amakhosi akwaZulu
hlela- Mnguni
- Nkosinkulu
- Mdlani
- Luzumana
- Malandela kaLuzumana
- Ntombhela kaMalandela
- Zulu kaNtombhela (1709)
- Gumede kaZulu
- Phunga kaGumede
- Mageba kaGumede (1745)
- Ndaba kaMageba (1763)
- Jama kaNdaba (1781)
- Senzangakhona kaJama (1762-1816)
- Shaka kaSenzangakhona (1787-1828)
- Dingane kaSenzangakhona (1795-1840)
- Mpande kaSenzangakhona (1798-1872)
- Cetshwayo kaMpande (1826-1884)
- Dinizulu kaCetshwayo (1868-1913)
- Solomon kaDinizulu (1891-1933)
- Cyprian Bhekuzulu kaSolomon (1924-1968)
- Goodwill Zwelethini kaBhekuzulu (*1948 -2021 )
AmaZulu yibona abantu abaningi kakhulu lapha eNingizimu, abeqhawe baningi nje, ingenxa yomlando wesizwe sakwaZulu omude futhi ojulile. AmaZulu angamaNguni futhi ohlobene kakhulu namaSwati, AmaXhosa kanye namaNdebele. AmaZulu atholakala eMozambique, eMalawi, eAngola, eZimbabwe, naseTanzania. AmaZulu akhula kakhulu ngenkathi kubusa inkosi uShaka kaSenzangakhona, okunguyena owahlanganisa izinhlanga ezahlukene ukuze kube isizwe esisodwa. Amagama esiZulu aseze angena nasolwini lwesingisi futhi uZulu udume umhlaba wonke. AmaZulu yibona abantu abadume kakhulu eAfrika ngenxa yeqhaza amakhosi namaqhawe akwaZulu alidlala ngenkathi belwa nabelumbi belwela umhlaba wabo. UZulu wanqoba amaNgisi kabili ezimpini ezahlukene, into ebingakaze yenzeke, kwazise phela isibhamu sasingakaze sihlule umkhonto nesihlangu. AmaZulu aqhamuka phesheya neAfrika phecelezi, North Africa, lapho aye yingxenye yesizwe samaNguni, okwakuyibona abantu baseGibhithe bebalekela isomiso sogwadule iSahara. Lapha eNingizimu badibana namaKhoi-San, okuyibona abantu bakuleli bokuqala. IsiZulu sikhulunywa yiningi labantu baseSouth Africa. Sitholakala eMndenini wezilimi obizwa ngokuthi amaBantu Languages.
Igalari
hlela-
AmaZulu
okunye okuthinta loku
hlelaImithombo
hlela- ↑ 1.0 1.1 1.2 1.3 1.4 International Marketing Council of South Africa (9 July 2003). "South Africa grows to 44.8 izigidi". southafrica.info. Archived from the original on 22 May 2005. Kulandwe ngomhlaka 4 March 2005. External link in
|publisher=
(help)
Imithombo yangaphandle
hlelaWikimedia Commons has media related to: AmaZulu |
- History section of the official page for the Zululand region Archived 2008-09-26 at the Wayback Machine., Zululand.kzn.org
- People of Africa, Zulu marriage explained, africanholocaust.net
- Izithakazelo, wakahina.co.za