Oceanic climate
(Redirected from Subtropical highland climate)
I-Oceanic climate noma Maritime climate wuhlobo lwesimo sezulu olubonakala ngokuba nehlobo elipholile kanye nobusika obungabandi kakhulu. Loluhlobo lwesimo sezulu lutholakala ezindaweni eziseduze nolwandle. Izimpawu zalesimo sezulu kwi-Köppen climate classification yilezi; Cfb, Cfc, Cwb kanye ne Cwc.