UFusihwe

inhlwa yevanga enophawu Fe nenani lobuchwe eliyisi-9

Liquid_fluorine_tighter_crop

UFusihwe uyinhlwa yevanga enophawu F kanye nenani lobuchwe eliyisi- 9. Uyisakhatshiwo esilula kakhulu futhi utholakala esimweni esijwayelekile njengehowo oluwubuthi, oluyichwembilo eliphuzi sakuohaphatheka. Njengenhlwa esabelayo enzubanxele, lusabela kakhulu, njengoba lusabela nazo zonke ezinye izinhlwa ngaphandle kuhowo olulula.