UmNgcalife
UmNgcalife uyinhlwa yevanga eyonzayo enophawu Cf nenani lobuchwe elingama- 98. Lenhlwa yalunjaniswa okokuqala engqalabeni kaZwelonke ebizwa Lawrence Berkeley (okwakuyiNyuvesi yase-Carlifonia yeNgqalaba yemiyonzi). Yalunjaniswa ngokuwulula iChumumbi ngezinhlayiyanqangi (izihonyo seHwelanga-4) Lenhlwa iyi- actinide , futhi iyinhlwa yesithupha eyalunjaniswa egaba ishaqantuva, futhi ingeyesibili enesisindo seChwe esiphezulu kuzo zonke izinhlwa ezikhiqizwa ngenani elikhulu elanele ukubonwa ngamehlo enyama (ilandela isEntshenye).