Velenkosini Fiki Hlabisa
Velenkosini Fiki Hlabisa (5 Masingana 1965) ngusombusazwe waseNingizimu Afrika ongumongameli weqembu lezombuszwe Inkatha Freedom Party. UHlabisa ngaphambilini wabe engu nobhala-jikele waleli qembu okwathi ngonyaka wezi-2019 wakhethwa njengomongameli walo engaphikiswe emva kokuba uMangosuthu Buthelezi athatha umhlala phansi kwezombusazwe.
Umhlononishwa Velenkosini Fiki Hlabisa | |
---|---|
Umongameli weNkatha Freedom Party | |
Manje | |
Isikhathi: 25 kuNcwaba 2019 | |
Premier | Sihle Zikalala |
Emva kwa | Mangosuthu Buthelezi |
Umholi weqembu eliphikisayo esiShayamthetho saKwaZulu-Natali | |
Manje | |
Isikhathi: 22 Nhlaba 2019 | |
Emva kwa | Zwakele Mncwango |
Ilungu lesiShayamthetho saKwaZulu-Natali | |
Manje | |
Isikhathi: 22 Nhlaba 2019 | |
President | Nelson Mandela Thabo Mbeki |
uLandelwa | ] |
Usodolobha waMasipala waseKhaya i-Big Five Hlabisa | |
Isikhathi: 3 Ncwaba 2016 – – 22 Nhlaba 2019 | |
Emva kwa | Isikhundla saqala kuye |
Ukwazisa | |
Ubezalwa | Hlabisa, KwaZulu-Natali, Ningizimu Afrika | 5 ngoMasingane 1965
Iqembu | Inkatha Freedom Party |
Ubeshada | Thandeka Hlabisa MaNxumalo |