AmaShona wuhlanga lwabantu abansundu base Zimbabwe. Ulimi olukhulunywa ngamaShona yisiShona.

File:Shona tribe.jpg
Abafazi abangamaShona

Kunezizwe ezinhlanu zamaShona: amaZezuru, amaKorekore, amaNdau, amaManyika kunye namaKaranga.

Igama hlela

Igama elithiShona kubantu alisho lutho ngaphandle kokuthi yigama lezizwe nezilimi zabo. Igama lingadideka ku "sona" ngolimi lwabo okusho ukuthi 'ukuthanga'.

Umsuka wegama lawo waqhamuka kumaNdiya kodwa futhi wawusetshenziswa kaningi ngabaNguni (ikakhulukazi amaNdebele) ababeqinisa ukusetshenziswa kwayo.

Imithombo hlela