iMvelaphi hlela

uDingiswayo wayekade eyiNkosi YakwaMthethwa. Wathatha isihlalo sobukhosi emvakokuthi kukhothame inkosi uJobe.wayekade ebalekile kwaMthethwa. uDingiswayo wayekade ekhaliphile kakhulu. Ngnkathi esagcwele izinkalo wadibano noMenzi kaNdaba, uShaka kaSenzangakhona....naye owayekade ehambaehlala benonina nodadewabo. Wazenzela ugaxi noShaka baphenduka abangane abakhulu.nanxa uShaka esebusa Kwa-bulawayo wayesebezisana noDingiswayo ukunqoba izitha ezifana noZwide ka Langa. uDingiswayo wanqothwa Amaphela kaZwide ka Langa ikhanda lakhe lathathwa layohlobisa ilawu likaNtombazi kanye namanye amakhanda. Ithuna lengonyama uDingiswayo litholakalo kwa Khekhekhe.