Dinizulu
uDinizulu kaCetshwayo iNkosi yamaZulu
Dinuzulu kaCetshwayo (1868 - 19 ngoMfumfu 1913) wabe yinkosi yakwaZulu kusukela ngonyaka wama-20 kuNhlaba we-1884 kwaze kaba ukukhothama kwakhe ngonyaka we-1913. Wethweswa icala lokuvikela uMbuso waseNgilandi okwathi esegwetshiwe wadingiselwa eSentelina kusuka ngonyaka we-1886 kuya kowe-1898. Waphinde wethweswa icala elifanayo malunga nobuphekulazinkhuni bukaBhambatha kaMancinza okwathi angagwetshwa wadingiselwa eNtilasifani (Transvaal) kusuka ngonyaka we1907 kuya kowe-1913.
Dinizulu | |
---|---|
Isikhathi | 1984 – 1913 |
Ukubusa | 1884 |
Ukuzalwa | ngoMasingane 1, 1868 |
Indawo | Nongoma |
Abantwana | |
Royal House | Zulu |
Inkosi wamaZulu | ||
Emva kwa- : Cetshwayo |
Isikhathi 1884–1913 |
Phambi kwa- : Solomon |