ICulo leSizwe leNingizimu Afrika

iCulo leSizwe leNingizimu Afrika

ICulo leSizwe lingaphambaniswa noNkosi Sikelel' iAfrika

Iculo leSizwe lase-Riphabliki yaseNingizimu Afrika. Izwe laseNingizimu Afrika selibe namaculo eziswe amaningana selokhu labunjwa ngonyaka wezi-1910 lapho lalabizwa khona ngeNyunyana yaseNingizimu Afrika. Kusukela ngalesi sikhathi lelizwe libe nezinguquko ezinigi kwezombuszwe okuholelein ukuthi icilo lesizwe lishintshe. Iculo lesizwe elisebenza manje libhalwe ngu-Enoch Sontonga (1897) u-C.J. Langenhoven (1918) kanye no-Marthinus de Villiers (1921).

Izinhlamvu zeCulo leSizwe hlela

Iculo lesizwe lihlanganisa isizilimi ezinhlanu zaNingizimu Afrika, okubalwa kuzo IsiXhosa, IsiZulu, IsiSuthu, IsiBhunu kanye nesiNgisi. Libhalwe ngezilimi ezahlukahlukene ngoba lelizwe linezilimi ezikhulunywayo eziningi.

 .


Ulimi Izinhlamvu
isiXhosa Nkosi sikelel' iAfrika
Maluphakanyisw' uphondo lwayo,
isiZulu Yizwa imithandazo yethu,
Nkosi sikelela
Thina lusapho lwayo.
isiSuthu Morena boloka setjhaba sa heso,
O fedise dintwa le matshwenyeho,
O se boloke, O se boloke setjhaba sa heso,
Setjhaba sa, South Afrika — South Afrika.
isiBhunu Uit die blou van onse hemel,
Uit die diepte van ons see,
Oor ons ewige gebergtes,
Waar die kranse antwoord gee,
isiNgisi Sounds the call to come together,
And united we shall stand,
Let us live and strive for freedom
In South Africa our land.

Ukugxwekwa hlela

Abantu abaningi baseNingizimu Afrika banokuligxeka iculo lesizse ngokuthi linezinhlamvu zesiBhunu. Bagxeka ukuthi leze zinhlamvu kwabe kuyizona azabe zisetshenziswa ngesikhathi kusabusa uhulumeni wobandlulo. lezi zinhlamvu zisuselwe eculweni ilabhalwa ngu-Enoch Sontonga.