IGoli (idolobha)

(Redirected from IGoli)

iGoli (IsiNgisi: Johannesburg) idolobha elikhulu elisesifundazweni sase Gauteng, IGoli libuye libizwe ngokuthi iKwandongaziyaduma' noma eMsawawa. Liyidolobha elikhulu kunawo wonke kwelaseNingizimu Afrika. Igama elithi iGoli noma eGoli lisuselwe egameni lesilungu elithi "Gold" noma igolide ngesiZulu, lisho ukuthi KwaGolide. EGoli yilapho umnotho omningi waseNingizimu Afrika uzinze khona.

eGoli
Flag of eGoli
Flag
Shield of eGoli
Coat of arms
Nickname(s): Joburg; Jozi; Egoli (Place of Gold); Gauteng (Place of Gold); Maboneng (City of Lights)
Motto: "Unity in development"[1]
eGoli is located in South Africa
eGoli
Indawo yeGoli eNingizimu Afrika
Coordinates: 26°12′16″S 28°2′44″E / 26.20444°S 28.04556°E / -26.20444; 28.04556
Izwe IRiphabliki waseNingizimu Afrika
Isifunda Gauteng
Established 1886[2]
Uhulumeni
 • iMeya Herman Mashaba (Democratic Alliance)
Ubukhulu[3]
 • City 508.69 km2 (196.41 sq mi)
 • Metro 1,644.96 km2 (635.12 sq mi)
Elevation 1,753 m (5,751 ft)
Inani labantu (2011 city; 2007 metro)[4]
 • City 957,441
 • Ixugu 1,900/km2 (4,900/sq mi)
 • Metro[5] 4,434,827
 • Metro density 2,700/km2 (7,000/sq mi)
First languages (2011)[4]
 • isiNgisi 31.1%
 • isiZulu 19.6%
 • isiBhunu 12.1%
 • isiXhosa 5.2%
 • other 31.9%
Postal code 2000
Area code 011
Website joburg.org.za

ImithomboUkuhlela