INzululwazi yeMininingo

umkhakha wokufunda ngokugqoba ulwazi nokuqonda emininingweni

INzululwazi yeMininingo iwumkhakha wongqandavu woqeqesho oluxubile [1] olusebenzisa izibalomininingo, ukucikiza kwenzululwazi, indlelasu yenzululwazi, imidludlungu, imikholezima nezimiso ukugqoba ulwazi nemininingo engahleliwe.[2]

Ukuba khona koBhaqanyezi olubizwa C/2020 F3 (evezwe njengochunge lwamachashazi abomvu) kwavubukulwa ngokuhlaziya imininingoyocwaningo lwezinkanyezi etholwe yisihlongamkhathi, i- Wide-field Infrared Survey Explorer .

INzululwazi yeMininingo ibuye ididiyele isidlangala solwazi kusuka kwezinye izidlangala esikhona (isb. inzululwazi yemvelo, Ubuchwepheshe bokwaziswa, nezokwelapha).[3] Inzululwazi yeMininingo iminxaminingi futhi ingachaziswa njengenzululwazi, isifaniselo socwaningo, uqeqesho, nobungcwepheshi.[4]

INzululwazi yeMininingo "iyisicabango sokubumba izibalomininingo, isihlaziyo semininingo, kanye nemikhakha ehlobene "ukuze kuqondwe futhi kuhlaziywe izimongotho zangempela" ngokusebenzisa imininingo.[5] Isebenzisa ubuchule nemibono egqotshwe emikhakheni eminingi esemongweni womchazazibalo, izibalomininingo, inzululwazi yesicikizi, iNzululwazi yoKwaziswa, kanye nesidlangala solwazi.[6] Nokho, inzululwazi yemininingo ihlukile kunenzulululwazi yesiCikizi nenzululwazi yokwaziswa. Owahlomula ngoMhlumulo kaTuring, uJim Gray wakhanyanga inzululwazi yemininingo "njengesifaniselo sesine" senzululwazi, futhi manje wagomela ngokuthi "yonke into ephathelene nenzululwazi isiyaguquka ngenxa yegalelo lobuchwepheshe bokwaziswa nozamcolo wemininingo.[7][8]

uSomniningo uyingcwepheshi ekhanda umkitizo wokuhlelelisa bese iwuxubanisa nolwazi lwezibalomniningo ukuze adale ubuhlakani ngemininingo.[9]

Imithombo hlela

  1. Donoho, David (2017). "50 Years of Data Science". Journal of Computational and Graphical Statistics 26 (4): 745–766. doi:10.1080/10618600.2017.1384734. 
  2. Dhar, V. (2013). "Data science and prediction". Communications of the ACM 56 (12): 64–73. doi:10.1145/2500499. http://cacm.acm.org/magazines/2013/12/169933-data-science-and-prediction/fulltext. Retrieved 2 September 2015. 
  3. Danyluk, A.; Leidig, P. (2021). Computing Competencies for Undergraduate Data Science Curricula (PDF). ACM Data Science Task Force Final Report (Report).
  4. Mike, Koby; Hazzan, Orit (2023-01-20). "What is Data Science?". Communications of the ACM 66 (2): 12–13. doi:10.1145/3575663. ISSN 0001-0782. https://doi.org/10.1145/3575663. 
  5. Hayashi, Chikio (1998-01-01). "What is Data Science? Fundamental Concepts and a Heuristic Example". In Hayashi, Chikio; Yajima, Keiji; Bock, Hans-Hermann; Ohsumi, Noboru; Tanaka, Yutaka; Baba, Yasumasa. Data Science, Classification, and Related Methods. Studies in Classification, Data Analysis, and Knowledge Organization (in i-English). Springer Japan. pp. 40–51. doi:10.1007/978-4-431-65950-1_3. ISBN 9784431702085.
  6. Cao, Longbing (2017-06-29). "Data Science: A Comprehensive Overview". ACM Computing Surveys 50 (3): 43:1–43:42. doi:10.1145/3076253. ISSN 0360-0300. 
  7. Tony Hey; Stewart Tansley; Kristin Michele Tolle (2009). The Fourth Paradigm: Data-intensive Scientific Discovery. Microsoft Research. ISBN 978-0-9825442-0-4. Archived from the original on 20 March 2017. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  8. Bell, G.; Hey, T.; Szalay, A. (2009). "Computer Science: Beyond the Data Deluge". Science 323 (5919): 1297–1298. doi:10.1126/science.1170411. ISSN 0036-8075. PMID 19265007. 
  9. Davenport, Thomas H.; Patil, D. J. (October 2012). "Data Scientist: The Sexiest Job of the 21st Century". Harvard Business Review 90 (10): 70–76, 128. PMID 23074866. https://hbr.org/2012/10/data-scientist-the-sexiest-job-of-the-21st-century/. Retrieved 2016-01-18.