Inhleleleko yekhaya

inhleleleko yesakhiwo yasekhaya

Inhleleleko yekhaya [1] iyinhleleleko yesakhiwo yekhaya noma indlu, ibizwa nangokuthi ikhaya elintwesi noma indlu entwesi. Isimiso senhleleleko yekhaya selusa noma/futhi silawule izici zekhaya ezifana nokukhanyisa, isimo somchadamezo, izimiso zokuzijabulisa, kanye nezilekeleli. Singase sihlanganise nezokuphepha kwekhaya ezifana nokulawulwa kofikelelo nezimiso zesihlabamkhosi. Lapho zixhunywe noxhakaxholo, izinguxa zekhaya ziyingxenye ebalulekile yoXhakaxholo lwezinto.

Isilawuli segumbi
Isiphempe sokulawula se-CITIB-AMX
i-Nest Learning Thermostat eveze umthelela wesimo sezulu nokusebenza kwesidlakathi
insimbi yesango yombukiso osandandatho enesithwebuli se-Wi-Fi
ingidi entwesi ye-August Home

Imithombo hlela

  1. Hill, Jim (12 September 2015). "The smart home: a glossary guide for the perplexed". T3 (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 27 March 2017.