IsiTsonga singulimi lwamaTsonga. Ngulimi lwesiNguni. Sikhulunywa eNingizimu Afrika ngabantu abangama-4 000 000 (ukubala kwesizwe kuka-2011) futhi siqondwa ngabantu abangama-13 000 000. Ezisemthethweni imibhalo nemiqulu yakwaHulumeni. Bese kuthi uphiko lobuchwepheshe bamagama lona lwelekelela ngokusombulula.

Izifundazwe zaseNingizimu Afrika lapho sikhulunywa isiTsonga khona
IsiTsonga

Ezinye zezilimi ezisukela olimini lwesiTsonga singabala IsiXhosa, Isindebele kanye nesiSwati. Lezi zilimi zonke isiSwazi, isiZulu, isiNdebele nesiXhosa, ziyizilimi zesiNguni.

Isifunda sa kwa Mozambiki naso singesinye sezifunda ezisebenzisa lolu limi lwesiTsonga.

Isibonelo hlela

Baba wethu ngesiTsonga:

Tata wa hina la nge matilweni,
vito ra wena a ri hlawuleke;
a ku te ku fuma ka wena;
ku rhandza ka wena a ku endliwe misaveni,
tanihi loko ku endliwa tilweni.
U hi nyika namuntlha vuswa bya hina bya siku rin'wana ni rin'wana;
u hi rivalela swidyoho swa hina,
tanihi loko na hina hi rivalela lava hi dyohelaka;
u nga hi yisi emiringweni,
kambe u hi ponisa eka Lowo biha,
Amen.