Jama kaNdaba (c. 1757 - 1781), wayeyindodana kaNdaba kaMageba, wayeyinkosi ephekema esizweni samaZulu kususukela ziyi-1763 kuya kwi-1781. Umkhulu wakhe wayekhona Mageba kaGumede. Indodana kaJama kwabe kunguSenzangakhona kuthi indodakazi yakhe kube nguMkabayi.

Jama kaNdaba
Inkosi yamaZulu
Isikhathi 1763 – 1781
Ukuzuza 1763
Igama ikhulu Jama kaNdaba
Ubezalwa ngoMasingane 1, 1757(1757-01-01)
Ubefa ngoMasingane 1, 1781(1781-01-01)
Predecessor Ndaba kaMageba
Consort Mthaniya Sibiya
Abantwana
Royal House Zulu
Ubaba Ndaba kaMageba
Inkosi wamaZulu
Emva kwa- :
Ndaba
Isikhathi
1763–1781
Phambi kwa- :
Senzangakhona