Umxube

isiqa esakhiwa izinhlwa eziningana ezibhonqene ngokwevanga

UmXube, noma umxube wevanga noma isiqa esiwumxube, yisiqa esakhiwa imizwayi eminingi efanayo equkethe amachwe avela enhlweni engaphezu kweyodwa ehlanganiswe ndawonye isibhonqi sevanga. Imizwayi enamachwe enhlwa eyodwa akuyona umXube. Umxube ungadluliselwa kwesinye isiqa ngokusabela kwevanga, okungabandakanya ukunanana nezinye iziqa. Kulenqubo, izibhonqi phakathi kwamachwe zingagqashuka futhi/noma izibhonqi ezintsha zingakheka.

izakhi zamanzi acwebile (H2O) ziyisibonelo somxube. unongo lebhola nothi lwechembe luveza ukuhlangana kwezingxenye ezimbili zehwanzi (elimhlophe) nengxenye eyodwa yesOhwe (ebomvu)

Kunezinhlobo ezine ezinkulu zemixube, ezihlukaniseka ngendlela amachwe abhonqene ngayo ndawonye. Imixube yechembe, ehlanganiswe iminananzuba (covalent bonds); imixube yesihonyo yona ihlanganiswe izibhonqi zesihonyo; imixube yenkimbi yona ihlanganiswe ehlanganiswe izibhonqi zenkimbi.