Winnie Madikizela-Mandela

usombusazwe waseNiningizimu Afrika

UWinnie Madikizela-Mandela (26 ngoMandulo 1936 – 2 ngoMbaso 2018) ungumzabalazi waseNingizimu Afrika. Wayeyinkosikazi kaNelson Mandela yesibili.

Winnie Madikizela-Mandela
Madikizela-Mandela nge-2014
Member of the iPhalamende laseNingizimu Afrika
Isikhathi:
9 ngoNhlaba 2009 – 2 ngoMbaso 2018
Isikhathi:
1994–2003
Isikhathi:
1994–1996
Emva kwa Position established
uLandelwa Pallo Jordan
Derek Hanekom
Ukwazisa
Ubezalwa Nomzamo Winifred Zanyiwe Madikizela
26 ngoMandulo 1936(1936-09-26)
Mbizana, Pondoland, eNingizimu Afrika
Wafa 2 ngoMbaso 2018(2018-04-02) (iminyaka ama-81)
iGoli, eNingizimu Afrika
Ubeshada Nelson Mandela (m. 1958–1996) «Template:Date-mfTemplate:Date-mf»"Marriage: Nelson Mandela to Winnie Madikizela-Mandela" Location:Template:Placename/do-adrPropTemplate:Placename/do-adrPropTemplate:Placename/do-adrPropTemplate:Placename/do-adrProp (linkback://zu.wikipedia.org/wiki/Winnie_Madikizela-Mandela)
Abantwana Zenani Mandela-Dlamini
Zindzi Mandela-Hlongwane

Uvela eBizana eMpuma Kapa.  Ababazi bakhe bangothisha. Kamuva uyise usebenza uhulmeni waseTranskei.  UWinnie ufunde eShawsbury, eQumbu. Ngo1953 uye eGoli ukuba ukufunda eHofmeyr School of Social Work.  Ungumntu omnyama wokuqala ukuba usonhlala kahle eSibhedilini Baragwanath.

Ngo1958 ushada [ugana] noNelson Mandela.  Banamadodakazi amabili, uZenani noZinziwa.  UWinnie Mandela ngaphandle kwemnyeni wakhe. UNelson Mandela waboshwa ngxenya “treason”.  Udinge ukucashela ipoyisa, bese wayehlala ejele eminyaka eminingi.  

Unkk. Madikizela-Mandela waqala ukahambisa i-African National Congress. Kaningi wabolshwa, washywa nguhulumeni wobabandlululo. Ngo 1969,  UWinnie Mandela waboshwa ezinsuku ezi-491.    

Ngo1977 uWinnie Mandela waxoshwa eBrandfort eOrange Free State.  Wahlala eBrandfort ngesikathi eminyaka engu-22.  Waba nguphawu obalulekile ukhulela uhulumeli wobandlululo.

UWinnie Mandela akazange abulahla udlame.  Ngo1986, wathi, “Asinazo izibhamu— sinamatshe nomentshisi nophethiloli.  Kanye kanye [sizixhumanisa], isandla esandleni, sizokhulula izwe leli ngebokisi lomatshisi nemilengiso yethu.”[1]

Ngo1993, uWinnie Mandela ukhethwa umongomeli waseANC Women’s League.  Kodwa, Ihlangano leQiniso Nokubuyisana (Truth and Reconciliation Commission) lanquma ukuthi uWinnie Mandela wayakhuza amabutho akhe (i-Mandela United Football Club) abulele uStompie Seipei.[2]  Ngo1997 uNelson noWinnie Mandela bahlakanisa. Unkk. Madikizela-Mandela uyilunga laseParliament le-ANC eminyaka eminingi. Kodwa, wakhuluma ngeseka amanye amaqembu, njalo i-EFF.[3]  

UWinnie mandela unikeal i-Robert Kennedy Award.

UWinnie Madikizela-Mamdela washona ngoMbaso 2018.  Abantu abaningi kune-4,000 bangena umngcwabo wakhe.  I-EFF wazama ukuqamba samabanoyi saseKapa, yi-Winnie Mandela International Airport.[4]


Imithombo hlela

  1. Smith, David. (2013-Dec 6) "Nelson and Winnie Mandela's marriage ended, but the bond was never broken" The Guardian. https://www.theguardian.com/world/2013/dec/06/nelson-winnie-mandela-marriage
  2. "TRC MAKES DAMAGING FINDINGS AGAINST WINNIE" (1998 Oct 10). South African Press Association. https://www.justice.gov.za/trc/media/1998/9810/s981010a.htm
  3. "Winnie a danger to ANC: Mantashe". (2012-Jul-20). Drum. https://www.news24.com/Drum/Archive/winnie-a-danger-to-anc-mantashe-20170728-2
  4. van Diem, Ethan. (2019-Mar-05)." EFF's attempt to have Cape Town airport named after Madikizela-Mandela thwarted".news24. [1]