Inhlayiyana
Ngokwenzululwazi yomchazandalo, inhlayiyana iyinto encane echaziswa ngezakhi eziningana zokwakheka noma zevanga, njengommumatho, ubugqinsi, noma isisindo.[1] Zihlukahluka kakhulu ngobungako noma umngakonani, kusuka kwezinhlayiyaneni zechwe njenge-njengenzuba, kuya ezinhlayiyaneni ezisimoncinci njengeChwe nemizwayi, kuya ezinhayiyeninkulu njengenqotho nezinye Izithako ezisanhlamvu.