INkandla yisidlidli esiKwaZulu-Natali, eNingizimu Afrika. Lesidlidli siyikomkhulu loMkhandlusidlidli wendawo yaseNkandla, futhi siyisifunda lapho umuzi walowo owayengumengameli weNingizimu Afrika uJacob Zuma wakhiwe khona. Umuzi wakhe usendaweni engamakhilomitha angama-40 ngaseningizimu yesidlidli saseNkandla, ngaphesheya kwehlathi laseNkandla endleleni ebhele eKranskop.

INkandla

umgwaqo oya eMnyakanya High School, eNkandla
Izwe INingizimu Afrika
Isifundazwe IKwaZulu-Natali
Isifunda King Cetshwayo
Umasipala Nkandla
Ubukhulu bendawo 7.00 km²
Inani labantu (ngo-2011) 3 557[1]
Izinhlanga[1]
Izilimi[1]

Imithombo hlela

  1. 1.0 1.1 1.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.