Inkandla
(Redirected from Nkandla, KwaZulu-Natal)
INkandla yisidlidli esiKwaZulu-Natali, eNingizimu Afrika. Lesidlidli siyikomkhulu loMkhandlusidlidli wendawo yaseNkandla, futhi siyisifunda lapho umuzi walowo owayengumengameli weNingizimu Afrika uJacob Zuma wakhiwe khona. Umuzi wakhe usendaweni engamakhilomitha angama-40 ngaseningizimu yesidlidli saseNkandla, ngaphesheya kwehlathi laseNkandla endleleni ebhele eKranskop.
umgwaqo oya eMnyakanya High School, eNkandla | |
Izwe | INingizimu Afrika |
Isifundazwe | IKwaZulu-Natali |
Isifunda | King Cetshwayo |
Umasipala | Nkandla |
Ubukhulu bendawo | 7.00 km² |
Inani labantu (ngo-2011) | 3 557[1] |
Izinhlanga[1] |
|
Izilimi[1] |
Imithombo
hlela- ↑ 1.0 1.1 1.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.