Senzangakona

Inkosi yaseZulu

Senzangakhona kaJama (c. 1762-1816) wabe eyinkosi yesizwe samaZulu. Amadodana akhe kubalwa kuwo aMakhosi amane akwaZulu okwabe kungo Dingane, Mpande, Sigujana kanye noShaka. Uyise kaSenzangakhona kwabe kunguJama kaNdaba. Udadewabo kaSenzangakhona kwabe kunguMkabayi kaJama.

Senzangakhona kaJama
Inkosi yamaZulu
Isikhathi 1781 – 1816
Ukuzuza 1781
Igama ikhulu Senzangakhona kaJama
Ubezalwa ngoMasingane 1, 1762(1762-01-01)
Indawo Nodwengu
Ubefa ngoMasingane 1, 1816(1816-01-01)
Predecessor Jama kaNdaba
Consort Mpikase kaMlilela Ngobese
Wives Songiya kaNgotsha Hlabisa
Bhibhi kaSompisi Ntuli
Nandi kaBhebhe
Abantwana
Royal House Zulu
Ubaba Jama kaNdaba
Inkosi wamaZulu
Emva kwa- :
Jama
Isikhathi
1781–1816
Phambi kwa- :
Shaka