Amaholide omphakathi eNingizimu Afrika

Uhlu lwama-atikhili kwi-Wikimedia

INingizimu Afrika inama holide omphakathi ayi-12 asemthethweni agujwa minyaka yonke. Nangesikhathi sobandlululo kukhona amaholide akade egujwa aphinde aqhubeka ukuthi agujwe emva konyaka we-1994, amaningi ayegujwa ngalesi sikhathi achithwa wonke. Iningi lamaholide agujwa eNingizimu Afrika aba semthethweni emva konyaka we-1994 ngenkathi iNingzimu Afrika ithola Inkululeko. Amaholide amaningi aseNingizimu Afrika aqala ukugujwa emva konyaka we-1995 ngesikhathi Umthetho Sivivinywa Wamaholide Omphakathi uvunyelwa uPhalamende ngonyaka we-1995.

Ifulegi laseNingizimu Afrika

Uhlu lwamholide omphakathi agujwa eNingizimu Afrika.

Usuku Igama Lahlongozwa
1 January New Year's Day 1910
21 kuNhlaba Usuku lwaMalungelo Esintu 1990[1]
Ulwesihlanu ngaphambi kweSonto Lephasika Ulwsihlanu Oluhle 1910
Umsombuluko olandela iSonto Lephasika Usuku Lomndeni 1980
27 kuMbasa Usuku Lwenkululeko 1994[1]
1 kuNhlaba Usuku Lwabasebenzi 1995[2]
16 kuNhlangulana Usuku Lwentsha 1995[3]
9 kuNcwaba Usuku Lwabesifazane 1995[4]
24 kuMandulo Usuku Lwamagugu 1995[5]
16 kuZibandlela Usuku Lokubuyisana 1995
25 kuZibandlela Ukhisimuzi 1910
26 kuZibandlela Usuku Loxolo 1910

Imithombo hlela

  1. 1.0 1.1 "Government Website: Public Holidays Archive". www.gov.za. Archived from the original on 15 September 2014. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014. Cite error: Invalid <ref> tag; name "Archive" defined multiple times with different content
  2. "First celebration of May Day in South Africa". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  3. "Speech by President Nelson Mandela on South Africa Youth Day Ladysmith, 16 June 1995". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  4. "South Africa celebrates the first National Women's Day". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  5. "First celebration of National Heritage Day". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.